|
|
Creado por Simphiwe Mhlongo
hace casi 6 años
|
|
| Pregunta | Respuesta |
| ubuciko bomlomo | Ubuciko bomlomo yinkulumo enobuchwepheshe noma eyingxoxo eyedluliselwa ezizukulwaneni ngezizukulwane ngomlomo |
| izinhlobo zobuciko bomlomo | Amaculo , amahubo , imilolozelo , izaga nezisho , iziphicaphicwano , izinganekwane , izibongo , |
| izinganekwane | Inganekwane ingxoxo emfishane enezehlakalo ezisamlingo . Yayixoxwa ngabadala bexoxela izingane |
| ukubaluleka kwezinganekwane | ukufundisa izingane inhlonipho , ukulalela , ukuhlala uzothe kanye nokuchitha isizungu . |
| izinhlobo zezinganekwane | inganeko, insumansumane kanye nomzekeliso |
| Inganeko wuhlobo lwenganekwane olukhuluma ngokudabuka kwabantu nezinto njengokufa , imvula , ukudla okuphekwayo , njl . Luphinde luthinte inkolo noMvelinqangi kanye nabantu bakhe Umzekeliso lolu hlobo lwenganekwane luthinta umlando . Luxoxa ngezimpi , ukuxabana kwezizwe , njl . Insumansumane | Insumansumane lolu hlobo luqukethe izinganekwane ezehlukahlukene . Kukhona ezezilwane , ezabantu , nezixube abantu nezilwane |
| Izinsumansumane | Insumo lolu hlobo lwensumansumane luqondene ngqo nokusifundisa izifundo ezithile Izinganeko zilwane lolu hlobo lugxile kakhulu emikhutsheni yezilwane , njengokuthi umkhuba othile wavela kanjani ; nokuthi isici esithile savela kanjani |
| Umzekeliso lolu hlobo lwenganekwane luthinta umlando . Luxoxa ngezimpi , ukuxabana kwezizwe , njl . | Insumansumane lolu hlobo luqukethe izinganekwane ezehlukahlukene . Kukhona ezezilwane , ezabantu , nezixube abantu nezilwane Izinsumansumane |
¿Quieres crear tus propias Fichas gratiscon GoConqr? Más información.